UMashonisa Oqavile
@MessiStanAccoun
Just a simple and humble gent.
Mawuthi amaphoyisa awasebenzi and are useless. Go and commit crime sizobona phela. Hamba uyoganga sizozwa ngawe 馃ぃ馃ぃ馃ぃ
Impilo iyancengwa,siyayincenga. Kodwa khona lapho okumele usebenzise INKANI khona. Ungakukhohlwa lokho. Otherwise uzodlala abanye abantu.
Umama azomqeda ama phara aselokshini ngoba uyawazwela bakithi.Ngizwa kuthiwa khona elibaleke no R100 wakhe izolo. Kunini simkhuza. Uthi adinga uthando 馃ぃ馃ぃ馃ぃ
Yazi ukukhula enye into. Buka umuntu usewavuka nge coffee on a Sunday morning. In my times ngabe ngivuka ngiphethwe yinja yebhabhalazi.Ngivule I beer ebanda mpo. 馃槀馃ぃ
Kuyangijabulisa ukubona my kids and my sister's kids bedlala and bezwana kamnandi. Okubuhlungu nje ukuthi babuyela ekhaya Friday.
Siphila ngomusa. Ukuphila kungumusa. Umusa wakhe usanele sonke. Makabongwe uJehova. Amen 馃檹馃徑
When God uplifts you, please uplift your family.
Awuthi umuntu avuke alungiselele ukuya eSabatheni. Imini yeSabatha mayibengcwele kunina nonke, 馃檹馃徏
Nepotism will never end. I'm at this office and out of 22 people who are working here, 18 of them their surname is Khumalo 馃ぃ馃槀馃ぃ馃槀
Nangu lo mama esethi angiyeke uTwitter. Abafazi bagula ngempela yazi.Ufuna uku controller inhlalisuthi. Ngeke akubone lokho.
Uma sezilungile izinto zakho, ungazikhohlwa izithembiso owazenza eNkosini ngesikhathi usacela. Ungakhohlwa nokubonga. 馃檶馃従
UNkulunkulu ukhona and uyasebenza mawukholwa kuyena ngokweqiniso. Yizwa ngami. Ngimbonile namuhla.馃憦馃徔馃憦馃徔馃憦馃徔
If I can get this contract engiyilindele, ngiyahamba ngiyekhaya ngiyohlaba. Ngibonge oMbulazi bakithi. 馃馃徔
Just got back from Enkonzweni YeSabatha. Bekumnandi. I'm going back again next Saturday.
Ksasa ngiyovakasha enkonzweni yakwaShembe for the first time. I can't wait. Umuntu usezoba yinhlalisuthi athathe abafazi nga 3.馃槈馃槈
Do you know the feeling yokufika endlini,kufudumele and kunuka ukudla okumnandi? Ngifike kunjalo ke layikhaya. Best feeling ever馃憣馃従
Mawusathembele in your salary only as a source of income, you are still far from driving your dream car, own your dream house and go to Santorini. Just have a side hustle, do something.Start today.馃槈馃槈
Kuyacaca ukuthi I'll become a grandfather ngingakafuni. My son ushesha kakhulu emantombazaneni. Ay bakithi馃ズ馃槩馃槶