Thah Mazikode
@MazikodeThah
Beauty, Fashion, Lifestyle, Mommying Enhle
Crazy business. Cela nishloniphe
Nhlanhla Mkhwanazi accused of misconduct in seized Mercedes, Rolexes case sundayworld.co.za/news/nhlanhla-…
Close enough. Ndwandwe’s will pay for what they did. I trust Shaka to avenge for you 😭
Built like me okwangempela mpe mpe mpe
backrolls are so Venusian
And lomuntu engisebenzisa i Wifi yakhe la emsebenzini uyantanta sterek 😭
Abanye uthola sebethi “amankomo” “amankuku” ngikutshela ngemisebenzi yedolobha ke mina😂😂 #HomecomingMzansi
Watching Homecoming got me thinking, what does “home” even mean when you’ve changed so much, it no longer fits? @MzansiWethu #HomecomingMzansi
Oh and uZethu ushiye umfana edolobheni wabuyela emakhaya. Aw Jesu kazi mina bengzokwazi yini? Angiboni kodwa 😭#HomecomingMzansi
Ngiyithandile indlela ezizwana ngayo izelamani zakwa Hlongwane. Zethu received such a warm welcome ekhaya ♥️ #HomecomingMzansi




Yoh indaba yenqubomgomo yamasiko nesimanje will clash bandla and that conversation never ends well. Omunye nomunye uzitshela ukuthi wazi kancono kunomunye. Oh I’m sat, what a show. #HomecomingMzansi


Aw zagaleleka eynathi madoda. Ngyakhala ngaleso sphomoliya. I Love my profession so much man. #HomecomingMzansi

Bathi uye ubuso be police station and I couldn’t agree more. Mr hero 🥵🥵🥵 #HomecomingMzansi

Aphi amanga ami, bengitheni ngomakhelwane bangakubo kwa Zethu? #HomecomingMzansi

Simultaniously so. 🥵🔥📿 #HomecomingMzansi
Aliqondiswe igwegwe, nabantu abasinde. 👇🏾🔥 Catch @TB_Mthembu as Sifiso Kubheka now on #HomecomingMzansi. 🛖 tinyurl.com/yc27huwx
Aliqondiswe igwegwe, nabantu abasinde. 👇🏾🔥 Catch @TB_Mthembu as Sifiso Kubheka now on #HomecomingMzansi. 🛖 tinyurl.com/yc27huwx
Ey ntombazane amandla uma ekuphelela endleleni uwalanda ekhaya. All the best Dr Hlongwane. #HomecomingMzansi

I think she’s gonna forget about idolobha and build a beautiful life for herself emakhaya. Don’t mind me I’m sbwling 😂 #HomecomingMzansi
I hope zethu going back home makes her gather more strength and reflect so she can go back to the city and try again 😅 #HomecomingMzansi
It takes a lot to decide ukuthi you know what, akulungi let me pack up and go back home. Nakhona you don’t know what to expect.. will they welcome me? ngizoba yinhlekisa komakhelwane? Kudinga isbindi and uZethu did just that. #HomecomingMzansi premiers at 18h30 on @MzansiWethu

It’s💉vs📿 And as a person who works in the health department, I can’t wait to see how #HomecomingMzansi tackles the story ubaba who doesn’t believe in modern medicine sana because sinenkinga yooh umuntu will say “ay mntanam ngiphuzile imbiza” and refuse the pills. @MzansiWethu

uZethu ubuyela eMaNgwaneni🛖 kazi ukubuyela ekhaya kumphatheleni. Let’s gather sizibonele ngo 18h30 ku MzansiWethu #HomecomingMzansi
Kwavele kwashuba zisasuka. 🔥 Zethu arrives home carrying a secret that could shatter everything. #HomecomingMzansi starts tonight at 18:30 on Mzansi Wethu. 🛖 🛖 tinyurl.com/yc27huwx