Maphanga Mbuso
@MBSVUDU
Ayisekho ne relationship loan, nivele nizifake ezikweledeni. Ngoba niyahluleka, ngenelela mashonisa wothando. 😭😭😭
Le partner lakho olixolele for cheating ngathi lingakuphinda. 😭😭😭
Noma ugodola, ungavumi ukwenza isono. Isono choo. Goodnight 😭😭😭
Her: my family was right about you. Insizwa yaseMtuba: hey abofusege nabo labo. 😭😭😭
Usuke ungakaywazi kahle umgowo we breakup uma ungakaze umcabange esehlupheka wena sewu rich.😭😭😭
Niks vele ukuthola u goodnight? Uyabona kodwa ukuthi uyi nonliving thing? 😭😭😭
Ingabe yayaphi lenyanga ibibhula ingalifakile panty. Uphume endumbeni ungezwanga lutho. 😭😭😭
Sekucacile ukuthi siyoze sife angakafiki u "when the time is right, I will make it happen." 😭😭😭
Iyeke le relationship ekuhambisa izangoma. Goodnight 😭😭😭
Mantombazane ningasilahli, siya aplaya, ukuthi nje akukalungi. Sizonipha imali. 😭😭😭
Umthande nge true love, yena afune ulale naye. Kanti anjani amantombazane? 😭😭😭
Awusho, ukwi serious relationship or siphume ezindabeni zakho? 😭😭😭
“Uyakhumbula ukuthi last month azange sisebenzise ijazi lomkhwenyane? Manje doctor uthi ubona ilunga lomndeni” Ngifisa kwangathi le message ningayithola majita. 😭😭😭
Mina sengiyadideka ke manje. Mantombazane siqinise ekamelweni noma kwi bank account? 😭😭😭
Ukhona ocabanga ukuthi chicken imnukela kabi, kanti usethwele ilunga lomndeni elisha sha. 😭😭😭
Awusho, siyini isiphetho sale relationship yakho eza ne plate elilodwa namakhezo amabili? 😭😭😭